staying alive in joburg
Ungazibonela ngokukhala kwesicathulo
Ngiyinsizwa eyisoka, anginasikhathi ses’camtho
Umcul’ uyashisa, nesimame s’yashisa
Kudala bedlala ngami kusukea ngazalwa
Kodwa manje k’lungile, kuqondile
Noma ungangilahla umqondo
Singazama ukuqonda
Umthelela wabezindaba endodeni
Ungaba umfowethu
Ungaba umama wethu
Uyohlalal’uphila, uyohlalal’ uphila
Izwa nje idolobha lonkana liyanyakaza
Nabantu bonkana bayanyakaza
Sohlala s’phila, sohlala s’phila
Ah, ha, ha, ha,
Sohlala s’phila
Sohlala s’phila
Ah, ha, ha, ha,
Sohlala s’phila
Okwamanje ngishona phansi, ngishona phezulu
Mangihluleka kuloku ngizama ngempela
Nginenezimpiko zezulu ezicathulweni zami
Ngiyindoda yendlamu, angikwazi ukuhluleka
Uyazi kulungile
Nakusasa ngisazophila
Singazama ukuqonda
Umthelela wabezindaba endodeni
Ungaba umfowethu
Ungaba umama wethu
Uyohlal’uphila, uyohlal’uphila
Izwa nje idolobha lonkana liyanyakaza
Nabantu bonkana bayanyakaza
Sohlala s’phila, sohlala s’phila
Ah, ha, ha, ha,
Sohlala s’phila
Sohlala s’phila
Ah, ha, ha, ha,
Sohlala s’phila
Impilo ime ndawonye
Ngicela ning’size
Ngicela ning’size
Impilo ime ndawonye
Ngicela ning’size
Sohlala s’phila
Ungazibonela ngokukhala kwesibhathu
Ngiyinsizwa eyisoka, anginasikhathi sesicamtho
Umculo uyashisa, nesimame siyashisa
Kudala bedlala ngami kusukea ngizalwa
Kodwa sek’lungile, kuqondile
Noma ungangilahla umqondo
Singazama ukuwuqonda
Umthelela wamaphepha endodeni
Ungaba umfowethu
Ungaba umama wethu
Uyohlalal’uphila, uyohlalal’ uphila
Izwa nje idolobha lonkana liyanyakaza
Nabantu bonkana bayanyakaza
Sohlala s’phila, sohlala s’phila
Ah, ha, ha, ha,
Sohlala s’phila
Sohlala s’phila
Ah, ha, ha, ha,
Sohlala s’phila
Lempilo yize, ime ndawonye
Ngicela ning’size.
Ngicela ning’size,yeah
Lempilo yize, ime ndawonye.
Ngicela ning’size yeah.
Sohlala s’phila
Lempilo yize, ime ndawonye.
Ngicela ning’size.
Ngicela ning’size, yeah.
Lempilo yize, ime ndawonye.
Ngicela ning’size.
Sohlala s’phila
Leave a Reply